Uvele enkantolo owabhunyela umakhelwane ngamanzi abilayo

2016-07-20 06:00

UVELE kafushane enkantolo mantshi eMgungundlovu owesifazane obhekene necala lokuzama ukubulala umakhelwane wakhe ngokumbhunyela ngamanzi abilayo.

ULindeka Skhakhane (28) obehlala endaweni yase Tehius eMbali, unikwe ibheyili ka R1000 ngecala abhekene nalo lokubhunyela ngamanzi abilayo uXolisile Mkhize.

Lesigameko kubikwa ukuthi senzeka ngo Ephreli nonyaka lapho emuva kokungaboni ngasolinye umsolwa abhunyela khona ummangali ngamanzi abilayo maqede wamshaya nangesando wabe esemfutha ngesifutho sikapelepele.

IMantshi uM Boikutso itshele umsolwa ukuthi yize ebhekene necala elibucayi lokuzama ukubulala kodwa umbuso awusiphikisani nesicelo sakhe sebheyili. “Uma usunikeziwe ibheyili kufanele usuke lapho uhlala khona ungamphazamisi ummangali kulelicala futhi ungazami ukuxhumana naye,” kusho imantshi.

Icala lakhe libe selihlehliselwe umhla zingu 17 ku-Agasti nonyaka.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.