Uyathuthuka umculi weqgqomu waseMbali

2018-05-09 06:01

UMCULI wegqomu osafufusa waseMbali uMnuz Menzi ‘Brendix’ Msomi (34) uthi ufuna umculo wakhe ugcine usudlalwa phesheya kwezilwandle.

Ingoma yakhe esihloko esithi Gqom Nation ingezinye yezingoma ezingama-48 ezishisa izikhotha kwi-album yaku-iTunes.

Lengoma isohlwini nezinye zabaculi abahamba phambili eMzansi Afrika okubalwa kubona u-Babes Wodumo, uDladla Mshunqisi, u-Dj Tira nabanye.

Ekhuluma ne-Echo uthe kwakuyiphupho lakhe ukuthi ngelinye ilanga umculo wakhe waziwe umhlaba wonke.

“Ukucula ngakuqala ngisemncane njengoba kuyinto engiyithandayo. Ukuqala kwami kwakuyinto ewumdlalo nje ngoba sasizibhalela imibhedo eklasini nabangani bese sithi izingoma kanti angazi ukuthi thalente lami lilele lapho.

“Ukubona umculo wami usumatanyiswa nowabaculi abakade bafika kulendima nasebedumile kuyangijabulisa ngoba kuyakhombisa ukuthi umsebenzi uyaphusheka. Angifuni-ke ukuthi umculo wami ugcine ngokudlala kulezi zinhlelo, ngifuna ukuthi ngigcine sengihambela amazwe angaphandle ngiyobadlalela umculo wami ngoba ngiyakholelwa ukuthi usazokhula.”

U-Brendix uthe wakhipha i-demo yokuqala ngo-2000.

Uthe kuno-Dj baphesheya kwezilwandle asebeke bamuthumelela ama-emails becela ukusebenzisana naye kwi-album yakhe nathe akakabi naso isiqiniseko sokuthi uzoyishicilela nini.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.