Uzime wokuqhambisa idolobha

2018-12-26 06:00
ISITHOMBE : sithunyelweIzintokazi ezizobe zibanga isicoco kulo mcimbi.

ISITHOMBE : sithunyelweIzintokazi ezizobe zibanga isicoco kulo mcimbi.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INTSHA Yomzansi Modelling Agency ihlele umncintiswano kazime besifazane obizwa ngokuthi u-Miss KZN Capital City 2018 nozobanjelwa e-Imperial Hotel ngoMgqibelo mhla zingama-22 kuZibandlela (December) ngehora lesihlanu ntambama (5pm).

Isiqubulo salo zime sithi ‘This is your moment own it’.

Lo zime uzoba nemkhakha emibili owezingane ezincane kanye nabantu abadala kanti uzobe wenzeka okokuqala kulo nyaka. Lo mncintiswano unozime abangama-30, ama-teenagers ali-15 kanye nabantu abadala abali-15 abazobanga lesi sicoco. Umuntu ozophumelela abashaye bonke emakhanda uzokhala emuke nesamba semali engu-R4000.

Ngokusho komhleli wawo lo mcimbi nophinde abe ngumsunguli weNtsha Yomzansi Modelling Agency uMnuz Thandoluhle Ace Dlamini uthe inhloso yokuthi bafuna ukwenza lo zime baphinde bawethe ukuthi i-Capital City of KZN ingoba bafuna ukuqhakambisa indawo yaseMgungundlovu njengedolobha lesifundazwe saKwaZulu-Natal.

“Njengabahlali balapha eMgungundlovu akumele size silinde ukuthi kube abantu abasezikhundleni eziphezulu abazokwenza izinto ukuqhakambisa ukuthi siyidolobha lesifundazwe.

Ngalendlela ngisho intsha yethu nayo izokwenza ukuthi baziqhenye ngendawo abaphuma kuyona futhi bangafuni ukwenza izinto ezingalungile ngoba loko kuzobe kungukuhlaza idolobha lesifundazwe,” kubeka yena.

Uqhube wathi leli futhi kuzophinde kube ithuba elihle labantu besifazane ukuba bahlangane bonke badingide ngendaba yokuhlukunyezwa kwabo kanye nezingane ukuze kuzophunywa nesixazululo.

“Banendima enkulu abangayidlala ekulwisaneni nalesi sihlava sokuhlukunyezwa kwabo. Sifuna kube ibona abazophuma nesixazululo ukuthi bafuna ukuthi kwenzakaleni ukuze kuzogwemeka lenkinga enkulu esibhekene nayo,” kuphetha yena. Amathikithi okungena kulo mcimbi u-R100 umuntu ngamunye.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 

Enter the examination number or search by province or school (NSC Students) to view results.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.