Uzimisele ngokusiza intsha owenhlangano engenzi nzuzo

2018-12-19 06:00
ISITHOMBE: sithunyelweAbantu akade behambele isidlo sakusihlwa.

ISITHOMBE: sithunyelweAbantu akade behambele isidlo sakusihlwa.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UNKK Rose Sokhela wenhlangano engenzi nzuzo Izibusiso7 uthi uzimisele ngokuqhubeka alekelele intsha yaseMgungundlovu ngokuyifundisa aphinde ayiyale ukuze ingagcini isiyenza izinto ezingalungile njengokudla izidakamizwa kanye nokuzinikela ophuzweni oludakayo.

UNkk Sokhela ubehlele umcimbi wesidlo sakusihlwa samahhala elibizwa ngokuthi i-After Exam Gala Dinner nalapho kade ememe khona bonke abafundi akade sebeqede ukubhala ukuba babe ingxenye baphinde bathole ukuyalwa ngezinto ezibalulekile ekumele baziqaphele ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi.

Lesi sidlo besibanjelwe e-YMCA ngoMgqibelo mhla ziyi-8 kuZibandlela (December) kanti inhloso yaso bekungukunikeza abafundi isibindi sokuthi bakwazi ukuqala unyaka ozayo ngegiya eliphezulu.

Ekhuluma ne-Echo uNkk Sokhela uthe ujabule kakhulu ngendlela lesi sidlo esigcine siyiyo kanti nabantu abaningi nabo bafikile ukuzokweseka.

“Ngithanda ukubonga nje kakhulu kuwona wonke umuntu ofikile nakulabo abafake isandla ekusizeni ukuthi lo mcimbi ube impumelelo ngiyabonga kakhulu. Inhloso yale nhlangano ukuthi isize ekukhuliseni izingane zabafana namantombazane ukuba zikhuliswe zibe nabantu besifazane Kanye nabesilisa abaqotho kusasa. Sekuphele iminyaka emine lenhlangano ngsyisungula kanti ngizimisele ukuthi iqhubeka ikhule ngisize intsha yethu emini. Ngizimisele ukuthi ngiqhubke ngisebenze kanzima ukwenza imicimbi efana nalena futhi esikhathini esizayo.”

Le nhlangano isebenzisana ngokuhlanganganyela nenkampani engenzi nzuzo i-Yaweh Glory Worship Centre neholwa u-Pastor Darian Emersleben Kanye nonkosikazi wakhe uCherylene Emersleben.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 

Enter the examination number or search by province or school (NSC Students) to view results.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.