Uzobe edlala e-Gwalisto café kumcimbi wabafundi

2017-11-29 06:00
UNksz Smangele Mbatha odume ngelika Dj Chofy uzobe enandisa emcimbini wokujabulisa abafundi bamatikuletsheni. ISITHOMBE:Sithunyelwe

UNksz Smangele Mbatha odume ngelika Dj Chofy uzobe enandisa emcimbini wokujabulisa abafundi bamatikuletsheni. ISITHOMBE:Sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UNKOSAZANE Smangele Mbatha oneminyaka engu 25 odume ngelika DJ Chofy, uzobe edlala kwindumezulu yomcimbi wokujabulisa abafundi bamatikuletsheni ngokuqeda ukubhala izivivinyo zabo zokuphela konyaka.

UDj Chofy odabuka oLundi futhi ongu Dj wokuqala wesifazane wasoLundi kodwa ozinze eMgungundlovu usezenzele igama elikhulu kulelidolobha kanye nase Thekwini namaphethelo.

Useke washiyelana inkundla no DJ abahlonishwayo kuleli kubalwa u-Dj Black Coffee, Dj Cndo, Dj Zinhle ne-Black Motion. Ngonyaka odlule wawina izindodo ezimbili emcimbini obizwa ngokuthi Ulundi entertainment & Youth Business Awards, kanti kulonyaka uphinde waqokelwa izindondo ezintathu okubalwa eye Best Dj Representing Ulundi in other cities, Song of the year & Best Collaboration. Ungamuvotela ngoku SMS ‘Ulundi Lasya’ To 45633. Ama-SMS abiza u-R1.50.

Ngonyaka owedlule wangenela umcintiswano omukhulu wo DJ owasakazwa bukhoma kumabonakude u-SABC 1 obizwa ngokuthi ama 1’s & 2’s, lapho aphuma khona kwi Top 11.

Uthe: “Ngiyabonga kakhulu ku Dj Cool kanye no Dj Zamoney ngokuthi bangimeme kulomcimbi abawuhlelile wokujabulisa abafundi,” kusho yena.

Lomcimbi ubizwa ngokuthi I ‘All High Schools Pens Down’ uzobe ubanjelwe KaMpumuza eGwalisto Café ngoLwesihlanu mhlaka 1 December. Uzoqala ngo 7 kusihlwa. Kulomcimbi kumenywe nabaculi kanye no Dj bendawo okubalwa kubo o-Dj Cool, Dj Zamoney, Dj Soe, Dj Ali, Kasi Boi, Zwah & Nhloni, Dj Phiwe, Sphumza & Cyril, Avela Imbongi, AyandarTwin, Kyler kanye no Jax.

Kumenywe abafundi abavela kulezizikole, Laduma High School, Msimunde, Phayiphini, Siyanda, Kharina, M.L, Northbury, Lin Park, Silver Heights, Hythone, Heritage, Carter, Nsika, KwaPata Secondary kanye nezinye.

Amathikithi azobe etholakala esangweni ngo R50 (obala nemali yokugibela) kanye nango R30 (ongayibalile imali yokugibela). Abanemibuzo bengaxhumana no-Dj Cool ku 061 008 2056 noma uZamoney ku 061 002 5788.

Abafundi be-Maritzburg Echo bengaziwinela amathikithi amane (4). Ukuthola ithuba lokuwina amathikithi qala ngokuthanda noma ulandele ikhasi le-Echo ku-Facebook bese ulindela ukuthi kushicelelwe lolu daba kulelo khasi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.