Uzolwela isicoco uzime wase-Ashdown

2019-12-11 06:00
ISITHOMBE: SITHUNYELWEULumka Dlamini.

ISITHOMBE: SITHUNYELWEULumka Dlamini.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UZIME osemncane wasendaweni yase-Ashdown uthi unethemba lokuthi uzonqoba emncintiswaneni wozime owaziwa ngokuthi u-Miss KZN Capital City nozoba mhla zili-15 kuZibandlela (December) e-Old Prison.

ULumka Dlamini owenza ibanga lika-Grade 10 esikoleni sabamanga aphakeme iSukuma Comprehensive High School eMbali, ungomunye wezintokazi ezili-12 ezizobe ziqhudelana kulomcintiswano walesicoco. Ngokusho kukamama wakhe uLumka ukhule engumuntu okuthandayo vele ukumodela kangangokuba ngisho esafunda amabanga aphansi esikoleni.

Ekhuluma ne-Echo uLumka uthe uqale ukumodela eneminyaka eyisithupha kuphela enza ibanga lika-Grade 3.

“Sengingenele imincintiswano eminingi yokumodela ngoba ngiyakuthanda. Eminingi yayo ngiyayiphumelela kanti eminye yayo ngigcina kowamanqamu. Ngijabulile kakhulu ukuthi ngikwazile ukuthi kulo mncintiswano ngihambe ngize ngifike kulesi sigama kanti futhi ngizokwenza konke okusemandleni ukuthi ngikwazi ukunqoba lomncintiswano,”kubeka yena. Amathikithi okungena kulo mncintiswano kulabo abafuna ukuzobuka u-R100 umuntu ngamunye.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.