Abakasitholi isixazululo abase Nyandezulu

2015-06-11 06:01

AMADODA omphakathi wase Nyndezulu athi acela ukuthi Undabezitha wasesigodini kwaDlangeni ukuba abize umhlangano njengesicelo sabo sangaphambilini.

Lamadoda athi isizathu salesi sicelo ukuthi kukhona okungahambi kahle emphakathini okubandakanya enye yezinduna zenkosi.

Ngaphambilini kwakuzezinsolo ukuthi kulomphakathi kunombango wesikhundla sobunduna. Ngokuhamba kwesikhathi kwavela ukuthi akukho njalo.

Lamadoda athi aye abhalela uNdabezithi incwadi yesicelo somhlangano kwaba zinhlanga zimuka nomoya njengoba lomhlangano ungabizwanga.

Okunye okuvezwe yilamadoda omphakathi ukuthi induna kanye namaphoyisa ayo basebenzisa abantu besifazane ukufeza izinjongo zabo. Omunye ongathandanga ukuziveza igama uthe amaphoyisa enduna aqonyiwe khona la endaweni, aqonywe abafelokazi namakhosikazi endawo okungeyona indlela ekufanele ngabe kwenzeka ngayo.

“Lezi zintombi zamaphoyisa zifika emizini yethu zisuse uchuku ukuze thina siyovula icala enduneni noma zona lezi ntombi ziyosivulela amacala ukuze induna isihlawulise noma isidle,” kusho enye yamadoda.

Bathe izinkinga kulo mphakathi azipheli zidalwa yiyona induna, yingakho becela ukuthi undabezitha angenelele.

ngokomthetho wasebukhosini kunoma yisiphi isizwe induna kuba ngumuntu okwaziyo ukuxazulula izinkinga emphakathini.

Lamadoda athe ayacela ukuthi undabezitha uNdwalane awubize umhlangano womphakathi ukuze zikhulunywe lezinto phambi kwayo induna kube uyena oqhamuka nesixazululo.

Iphephandaba lizamile ukuxhumana noNdabezitha ukuzwa uvolwakhe ngalodaba

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Man scores date with tennis superstar after Twitter bet

It’s a modern day Cinderella story, but one American man took ‘shoot your shot’ seriously in 2017.

 
 

You won't want to miss...

6 myths about male cancer
Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.