Amakhosikazi anikezwe ithuba lokuhweba

2015-07-09 06:00
PHOTO: precious gumede

Wonder cooker

PHOTO: precious gumede Wonder cooker

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAKHOSIKAZI asoGwini lulonkana anikezwe ithuba lokuthi aziqalele amabhizinisi komasipala awo. NgoLwesine umeya wasoGwini ehambisana nozakwabo omeya bakomasipala uVulamehlo, uMdoni, Umzwabantu, iHibiscus, Umzube kanye neZinqoleni banikezele abasefazane amastarter pack izindwangu imishini yokuthi bakwazi ukuqala umsebenzi wokwakha amaWonder Cooker okuyizikhwama zokupheka ukudla ngaphandle kukagesi.

Umeya uNtombifikile Gumede wasoGwini uthe umasipala woGu ongowokuqala ukuthi usukumele loluhlelo.

“Lohlelo lwasungulwa ihhovisi likaNdunankulu kanye nomyango wokuthuthukiswa kwezomnotho uEconomic development. UNkosikazi kaNdunakulu uThembeka Mchunu wabona kumbono omuhle ukuthi kube khona omama abazohlomula kulohlelo kakhulukazi komasipala abenezindawo zasemakhaya lapho amathuba omsebenzi ayimvela kancane,” kusho uGumede

Uthe Ugu lukhombise ukuzimisela okukhulu ngalomsebenzi.

“Thina njengoGu sabokuqala ukuthi siluqhube loluhlelo,” kusho umeya.

Uthe inhloso ukuthi abasefazane bazakhele amathuba omsebenzi bakwazi nokuthi bafundise nabanye abahlezi emakhaya uma amabhizinisi esekhula kanti futhi njengoba sekunezinkinga zikagesi amawonder cooker azokwenza izimpilo zabesifazane zibelula baze ukuthi noma ugesi ungekho isithambu siyavuthwa ekhaya.

Umasipala ngamunye unikwe imishini emithathu kanye nezindwangu ukuze umsebenzi uqhubeke ngokushesha.

UGumede uyaleze kakhulu kubaphathi bomasipala ukuthi bawulandelele lomsebenzi futhi baqinisekise ukuthi imishini nezindwangu szisala komasipala.

Ubuye wathi kumasipala waseMzube benza umsebenzi omuhle kakhulu bakhombisa ukuzimisela okukhulu.

“Iqembu lokuqala elaqeqeshwa emzumbe lathatha wonke amaWonder Cooker elawenza kuqeqeshwa lawadayisa lazitholele imali elinganiselwa ku R3000 lathenga eminye imishini,” kusho uGumede

Uthe lohlelo lungangenisa isinkwa ekhaya impilo yakho yone nasesizukulwaneni sakho, etshela omama.

Bakhombise okukhulu ukubonga omama ngalohlelo bathi bazozimisela ukuzenabo bagcine sebenamafemu abo akiqiza lezikhwama ezipheka ukudla isifundazwe sonke

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Man scores date with tennis superstar after Twitter bet

It’s a modern day Cinderella story, but one American man took ‘shoot your shot’ seriously in 2017.

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.