Amaphoyisa athi bayanda abadukayo

2015-10-08 06:00


UElizabeth Ndovela owaduka ngoMay endaweni yaseMsikaba eBetania.

UElizabeth Ndovela owaduka ngoMay endaweni yaseMsikaba eBetania.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IMIBIKO yabantu abadukile ithande ukwenyuka kulenyanga njengoba amaphoyisa asePort Shepstone asecele ukufuniswa laba abaduka kusukela unyaka usaqala.

UElizabeth Ndovela oneminyaka engama-77 waseMsikaba eBatania waduka ngoNhlaba (May) mhlaka-17 ehamba ekhaya engatshelanga muntu. UNdovela wagcina ukubonakala egqoke isijalimane esinsundu (brown).

Omunye owaduka owesifazane uNana Phumla Dube wase Bhobhoyi owaphuma ekhaya elibangise esitolo. UDube wagcina ukubonakala ngezikhathi zantambama ngabo 2 egqoke engubo emfushane ensundu nezicathulo eziphinki ezingama-sandals. Sekuphele izinyanga ezine engabuyeli ekhaya.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Leiutenant Zandra Wiid uthe amaphoyisa anxusa umphakathi noma onolwazi axhumane nawo.

Enyangeni edlule amaphoyisa athole omunye umbiko ngo Ntando Faith Mzimela oneminyaka eli-18 waseNyangwini eMthwalume owahamaba eya edolobheni ePort Shepstone okuyilapho agcina ukubonakala khona engumuntu olibhekise ekhaya.

UMzimela wayegqoke isikhethi esiluhlaza okotshani kanye neshethi elimhlophe elinothayi oluhlaza.

Amaphoyisa athe kuyashaqisa ukuduka kwabantu abadala abaningi kangaka.

Ongaba nolwazi ngalaba abadukile angaxhumana nomseshi wabadukile uWarrant Officer Rams Ramphul kule nombolo 0795001251. Abanolwazi ngoMzimela bangathinta ilunga lomndeni uMzikayise Mzimela ku 0764961970

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

How to open a beer bottle without an opener

Do the right thing and never be thirsty again…

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.