Bafuna izimpendulo abakhubazekile

2015-06-18 06:00

SEKUPHELE iminyaka emibili savalwa isakhiwo sabakhubazekile endaweni yaseBhomela. Lesisakhiwo esakhiwa i-Operation Jump Start sisele singenamuntu njengoba abakhubazekile bethi abasazi isizathu sokuvalwa kwaso.

omunye wabakhubazekile endaweni othe aligodlwe igama lakhe uxoxele iphephandaba ukuthi umsebenzi wabo umile njengoba bebesebenzela kulesi sakhiwo benza obhasikidi kanye neminye imisebenzi yezandla.

“Sikhala ngokuthi asisakwazi ukwenza imisebenzi ebesiyenza kulesakhiwo kanti futhi nezimfanelo zethu ebezilethwa kule sakhiwo iminyango ehlukahlukene asisazitholi,” kusho okhubazekile.

Laba abakhubazekile bathe kuyasolakala ukuthi kukhona umkhonyovu owenzekayo njengoba abaphathi bethule bengabatsheli izinhlelo mayelana nendawo yabo.

Bathe iziphahla ababexhaswe ngazo ezinye zazo zigciniwe langaphakathi kulesakhiwo.

“Kukhona nje abantu abathatha izinto ngendlela engaqondakali esingazi ukuthi bahlangana kanjani nezinto zabakhubazekile ngoba bona abakhubazekanga. Omunye wabo ungumsebenzi kamasipala,” kusho omunye.

Abakhubazekile bathe bayacela uNdabezitha angenelele kuloludaba njegoba bona behluleka ukulilandelela. Bathe bafuna ukwazi ukuthi kwenzakalani.

Bathe bayazi ukuthi abaxhasi bayaqhubeka ukuletha uxhaso kodwa abazi ukuthi luphelelaphi.

Bagcine sebethatha isinqumo sokuthi kungaba ngcono ukuthi abaxhasi nabo bayeke ukuxhasa lesigungu ngoba asisasebenzi ngendela ekwakuhlelwe ngayo. Bacele nomyango iSpecial Programs wakwamasipala uGu ukuba nawo ungenelele.

Uma ungena ngaphakathi kulesisakhiwo kukhala ibhungezi amaphepha agwele izintuli, obasikidi bahleli uthuli okukhombisayo ukuthi umsebenzi awuqhubeki

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Men.24 Model of the Week: Wendy from Cape Town

Find out more about our featured model, Wendy from Cape Town

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.