Bagqemeke engeqiwa ntwala abamafilimu

2015-09-03 06:00
PHOTO: sourced

Ongasekho emhlabeni umdlali wamafilimu uRonald Mqwebu (kwesokudla) owaziwa ngelikaMkhize kanye nabesebenzisana naye uShadrack Mshedi’s Xolo kuqoshwa ifilimu ‘Problems are everywhere’.

PHOTO: sourced Ongasekho emhlabeni umdlali wamafilimu uRonald Mqwebu (kwesokudla) owaziwa ngelikaMkhize kanye nabesebenzisana naye uShadrack Mshedi’s Xolo kuqoshwa ifilimu ‘Problems are everywhere’.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

“UBENGUBABA kuthina ubaba Ronald Mqwebu owaziwa ngelikaMkhize emdlalweni kamabonwakude Emzini wezinsizwa,” kusho uSenzo Zindela kanye no Shedrack ‘Mshedis’ Xolo be Sollywood Films.

UMqwebu obeyinkakha yezamafilimu afana noDeliwe kanye nomdlalo Ikati elimnyama wedlule emhlabeni ngeledlule emva kokuxinwa wukugula.

UMqwebu usebenze kakhulu endaweni yasePort Shepstone enza amafilimu adlala kuMNet aqhoshwe endaweni yaseGamalakhe, Ezinqoleni, eMtwentweni kanye nase Margate.

UMshedi’s uthe usebenze noMqwebu beqopha amafilimu ‘The Right’ kanye ne ‘Problems are everywhere’.

“Ngendlela ebesisebenzisana naye ngayo bekumnandi, ubesifundisa ngendlela ebikwenza nawe uzizwe uwuchwepheshe kwezamafilimu,” kusho uXolo.

Uqhubeke wathi njengamanje babuhlungu kakhulu njengoba bebenamafilimu abesawaqopha.

UXolo uphinde wathi ubengumuntu onekhono, enomoya ophansi, emazisa omunye umuntu.

UZindela naye uthe waqala ukusebenzisana noMqwebu ngo-2011 lapho benza amafilimu naye wabasiza kakhulu ebabonisa indlela.

“Silahlekelwe kakhulu, besiqhubeka sisebenza naye uMqwebu esebambekile,” kusho uZindela.

Uthe ubengubaba kuyena.

“Ubengixhumanisa nabanye abadlali bamafilimu efuna siqhubekele bambili ngomsebenzi wethu.”

Okunye abakuvezile abeSollywood Films ukuthi njengoba kuzoba khona iFilm Festival khona la Ogwini uMqwebu ubeneqhaza alibambile elikhulu.

“Amazwi abehlezi ewasho kumina awokuthi uyohlala engiseka kukho konke engikwenzayo. Ubethi noma kungathiwa ihora leshumi ebusuku kodwa uma ngimdinga uyovuka embhedeni eze kimina,” kubalisa uZindela.

ISolly Wood Filims ithi ikhala nawo umndeni wakwaMqwebu ngokulahlekelwa kwawo

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham

Here are just ten of our favourite plus-sized models:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.