Bakhala ngamatoho eBhobhoyi

2015-07-02 06:00
PHOTO: 


x

PHOTO: x

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IBUWOTHA ubomvu intsha yase Mngaka ngesikhathi ivala umgwaqo eBhobhoyi kuWard 20 ikhala ngokuthi ayinikwa amathuba okutohoza.

Lentsha ithe kunamaphrojekthi enziwayo kusona lesigceme afana nokwakhiwa kwedamu laseNtilivo kanye nomtholampilo kepha yona ishaywa ngesithende. Bathi ikhansela lendawo nalo alisho lutho kubona kodwa kuhlomula abantu bakwezinye izigceme.

Bathi futhi kunezindlu zemixhaso ezikhiwayo endaweni ezikhetha abantu.

Ikhansela lalesigceme uMnu. Sello Morafe uziphendulele wathi lephrojekthi yamapayiphi eyenziwa kulesigceme eyasoGwini okusho ukuthi eye-cluster.

“Njengoba leproject kungeyecluster, kuye kuthiwe kuqashwa abantu abane kuzona zonke isigceme ezakha leyocluster,” kusho uMorafe.

Uthe ngalokhe bakhona abantu abaqhashiwe kuWard20 futhi baningi uthi uyasola ukuthi umbango okhona owezigodi.

“Baningi abantu abaqasiwe ewadini yami ezigodini ezahlukene kanti futhi amanye amakhansela abenokungizwela athi akuthathwe abantu abathe xaxa kuWard 20.

ikhansela liyiphendulile neyezindlu zomxhaso lathi ngeke ufanise izindlu zomxhaso nama khekhe, ufake amakhekhe ayisithupha kuphumelele woyisithupha.

“Izindlu zemixhaso ziyakhiwa kuyimanje ukuthi akusheshi. Lomama owashelwa indlu naye ukhona ohlwini labantu abazokwakelwa izindlu,” kusho uMorafe.

Umphakathi usethembeni ngokushiwo uSomlomo uRonnie Nair kokuthi uzoqasha abantu abayishumi, ngesikhathi eyobheka isimo kulendawo.

Okhulumela umasipala uSimon April uthe zabakhona izingxoxo nababhikishi abaveza ukuthi bakhala ngomsebenzi. Emva kwakuzwiwa kwezikhalazo kwakhethwa ikomidi elizokhuluma nomuntu ophethe amaproject omphakathi.

“Kwaba ezinye sezivumelwano ezenziwa kwaba esokuthi kukhethwe abathathu abazokhuluma nomuntu omele amaproject omphakathi Community Project liaison officer nanokuthi kuzoqashwa abantu abayishumi. Emva kokuthi uSomlomo esenzile lesivumelwano isimo sombikisho sathi ukudamba nomphakathi wehlisa umoya” kusho uApril

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
 

5 scientific benefits of owning a cat

According to science, just the act of watching cats itself can bring about positive emotions – so it comes as no surprise then, that owning a cat has a number of benefits.

 

Paws

Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
How to clean your dog’s eyes
This special pooch inspired his brother to learn to stand again
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.