Bayifuna ngodli indawo yabo abamatekisi

2015-07-09 06:00
PHOTO: precious gumede

abamatekisi nomphakathi

PHOTO: precious gumede abamatekisi nomphakathi

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

OSOMATEKISI nomphakathi wasezindaweni ezisondelene nedolobha laseMargate ngaphansi kwenhlangano yamatekisi iBambanani banqumele umasipala iHibiscus Coast Municipality ugwayi katiki ngezikhalo abazethule kuwona nasemaphoyiseni emashini ebeyibanjwe ngoLwesibili ekuseni ePort Shepstone Civic Centre.

Bathe bafuna kuphele izinsuku eziyisikhombisa sekucacile ukuthi zizwakele yini izikhalo zabo.

Kusukela ngonyaka we-2012, lenhlangano yamatekisi yaphikisana nokwashiwo umnyango wezokuthutha kokuthi irenke eseShelly Beach inikezelwe osomatekisi baseGamalakhe. Kwaboshwa amatekisi eBambanani ayelayishela kulerenke.

UAlphius Zibonele Sikobi okunguyena othule incwadi yezikhalazo uthe indlela abahlukunyezwa ngayo erenke yasePort Shepstone ibakhombisa ukuthi amaphoyisa akhetha iphela emasini njengoba impi ihlale iqhubeka phakwathi kwabo neGamalakhe.

“Ngo-February saxoshwa erenke yaseShepstone kepha amaphoyisa kamasipala akazange enze lutho. Sathi siyazama ukuzivikela amaphoyisa abopha amanye amalunga ethu avala irenke. Uma sihamba erenke yavulwa irenke bengabizanga mhlangano nathi, okusho ngokusobala ukuthi amaphoyisa athatha amacala,” kusho uSikobi.

Lenhlangano ikhombe umasipala namaphoyisa ngenjumbana yathi uma singalungiswa isimo futhi kubhekelelwe izikhalazo zabo emva kwezinsuku eziyisikhombisa bazoziphindela erenke yase Shepstone ngendlovu yangena. Baqhubeke bathi uma kuchitheka igazi kumele kwaziwe ukuthi kungenxa yamaphoyisa nabo abaphathi bakamasipala.

Umeya weHibiscus uNomusa Mqwebu uyamukelile incwadi yezikhalazo wathembisa ukuthi uzoyifunda ebese eyaphendula.

Kanjalo nomphathi wamaphoyisa asePort Shepstone uBrigadier Agnes Nxamagele naye uyithathile incwadi yezikhalazo waphinda wababonga abamatekisi ngokuziphatha kahle ngesikhathi besuka eMargate belibhekisa ePort Shepstone

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Man scores date with tennis superstar after Twitter bet

It’s a modern day Cinderella story, but one American man took ‘shoot your shot’ seriously in 2017.

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.