Kugetshengwa izaguga nge-airtime

2015-04-30 14:51
Bayakhala ogogo nomkhulu ngokufika kwaleli khadi lakwaSASSA.

Bayakhala ogogo nomkhulu ngokufika kwaleli khadi lakwaSASSA.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UYAZIKHALELA umama osemdala ngokusebenziswa kwamakhadi empesheni ukuthenga i-airtime nogesi.

Lomama uthe lomunthu owasungula lento uyayiqeda imali, udlala ngabantu abahola imali kahulumeni.

Lomama ongafunanga ukuziveza igama ukhombise okukhulu ukukhathazeka ngesikhathi exoxa nentatheli yephephandaba iFever.

Uthi izigameko sezibe ziningana lapho izalukazi nama khehla zikhala ngokuthi azazi nokuthi ithengwa kanjani yona leyo airtime.

Kokunye abanye emabhange bafice sekusele u-R30 bangakwazi nokuthenga ukudla ekhaya.

Lowesifazane uthe abanye abanawo ngisho amafoni kodwa uma bephindela kwaSASSA bathola ukuthi bathenge ugesi noma le-airtime.

Lomama ucele uhulumeni ukuba ungenelele avale lomkhuba.

Iphephandaba lixhumanile nabakwa SASSA.

uTshidiso Mahlaku uthe abantu abanazi zinkinga bavumelekile ukuxhumana nomnyango wakwaSASSA babike lobu bugebengu.

“Abantu siyabaxwayisa ukuthi abaye ehhovisi lakwaSASSA eliseduze nabo ukuze bathole usizo. Sekukaningi sibikelwa lezinkinga, kodwa njengomnyango sinezindlela eziningi zokuphenya ukuthi lokhu kusukaphi kanti futhi asithandi ukuthi kugetshengwe izalukazi nomkhulu,” kusho uMahlaku.

Owomnyango uthe umuntu akaye ehhovisi ephethe yonke imininingwane yakhe ukuze umnyango ukwazi ukwenza uphenyo futhi uyivale lento yokuthenga ama airtime ngecardi lakho umaungayigunyazanga

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.