Kungqongqiswe indlu yonogada ekolishi

2015-05-28 06:00
PHOTO: supplied

x

PHOTO: supplied x

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABAFUNDI baseGamalakhe TVET abagculisekile neze ngezimali abathi ikolishi libakweletha zona. NgoLwesihlanu ngezikhathi zase kuzeni abafundi batoyitoye ngaphandle kwamasango esikole bethi abagculisekile ngoshintshi babo abavela kusabelozimali semifundaze yakwa National Student Financial Aid Scheme (NFSAS).

Labafundi bangene ngendlovuyangena emasangweni esikole baphihliza amakhamera kanye namawindi.

Bathe isizathu saloku ukuthi umphathi wekolishi udla izimali zabo futhi ufake amacamera ngemali yokuthenga amakompyutha. Babe sebeshisa nendlu yonogada. Abafundi bathi abakuthandanga ukuthi umphathi wesikole angabi khona emhlanganweni owawuhlelwe umphakathi kanye nabafuni ngoLwesibili olwedlule. Okhulumela abafundi ophinde abe usihlalo wekomidi ISASCO uMnu. Thembelihle Shusha watshela abe phephandaba ngoLwesibili ukuthi abanye abafundi bayitholile imali engango R600 yokugibela kanye nokukhokhela izindawo zokuhlala. UShusha wathi uyasola ukuthi lemali ize yaphuma ngenxa yokuthi abafundi bese behlele lomhlangano.

Uthe okunye abakuthola njenge komidi ukuthi izimali zibanjwe ngesizathu sokuthi abafundi bateleka ngonyaka odlule.

“Sithole ukuthi njengoba ngonyaka odlule abafundi baba nesiteleka esasingekho emthethweni, umnyango wathatha isinqumo sokuthi uzobamba izimali izinyanga ezintathu, okwaphinda kwaba nomthelela ekutheni abafundi ba NCV bangazitholi izimali zokuhlala ngaphandle kwesikole,” kusho uShusha. Uthe noma kunjalo iSASCO ayanelisekile ngengoba bazi ukuthi imali efananele engabe itholwa abafundi iwu-R6000 owawubhaliwe ezincwadini ezazi khishwe umnyango wemfundo ephakeme.

Ilunga lomphakathi ebelihambele umhlangano wangoLwesibili uMnu. Reggie Lubanyana uthe bakathele yilokhu okwenzekayo.

“Sikhathele ilesicefe sala ekolishi. Sithola izingane zigcaluza emigwaqeni, ezinye ziyakhulelwa, ezinye zibanjwa izigebengu kanti konke lokhu kubangwa ukungaqhubeki kokufunda la elokishi. Kufanele ngabe lezi ngane zisemaklasini,” kusho uMnu. Lubanyana osekomidini lokuphepha ezindaweni zasemakhaya.

Abafundi bathi ukufunda ngeke kuqhubeke umphathi wesikole engakavumi ukuhlangana nabo.

Okhulumela amaphoyisa uKapteni uGerald Mfeka uthe kuvuliwe icala leAsona kanye lodlame lomphakathi phecelezi ipublic violence

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Men.24 Model of the Week: Wendy from Cape Town

Find out more about our featured model, Wendy from Cape Town

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.