Lushisa bhe olwasekeseni ku-UYR

2015-04-30 14:57
PHOTO: Precious Gumede

Abasakazi bohlelo lwase kuseni emsakazweni iUgu Youth Radio uNokubonga Dlala kwesokunxele kanye noSiko “Mzabalazo” Nqambi.

PHOTO: Precious Gumede Abasakazi bohlelo lwase kuseni emsakazweni iUgu Youth Radio uNokubonga Dlala kwesokunxele kanye noSiko “Mzabalazo” Nqambi.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UNOKUBONGA Dlala kanye noSiko owaziwa ngelika Mzabalazo abasakaza uhlelo lwasekuseni emsakazweni iUgu Youth Radio 9304 FM bathe abazazise ebalandelini babo.

Laba basakazi bathe uhlelo lwabo lunomahluko njengoba lunika umphakathi ulwazi ngezinto eziningi ezenzeka emiphakathi abaphila kiwona.

“Loluhlelo lwaqala mhla lulunye enyangeni uNdasa (March). Lumnandi futhi lunabalandeli abaningi ngoba sikhuluma ngezihloko ezakhayo,” kusho uMzabalazo.

Abasakazi baxoxe ngemvalaphi yabo ngaphambi kokuthi basakaze.

UNokubonga wazalwa endaweni yaseNyandezulu wafunda amabanga akhe aphansi khona eNyandezulu. Uqede ibanga lakhe lika matikuletsheni eMakhanda High kanti uthi kade abanothando lokuba umsakazi.

“Ngaqala ngisese mncane kakhulu ukuthanda ukuba umsakazi ngesikhathi kusadlala uhlelo iYo-TV. umuntu owayengichaza kakhulu kwaku C.C okunguyena owangenza ngibe nephupho lokusakaza,” kusho uDlala.

UMzabalazo ongowokudabuka eBizana yena usilandise kanje:

“Ngafunda iSports management ngaphinda ngafunda iMedia Studies eGoli.”

Uthe yena iphupho lakhe ukuba nestudio njengo Osikido noMandla Spikiri okuyibona abukela kubona.

Uthe unenkampani IMzabalazo Holdings esiza abaculi abasafufusa aphinde ahlele imicimbi.

Labasakazi bathe bayaziqenya ngohlelo lwabo njengoba linaba landeli abadala nabancane. Bathe bazama njalo ukuthi badlale umculo omnandi omusha baphinde bazise abalandeli ngezinhlelo ezingabasiza ezivela komasipala iHibiscus Coast kanye nomasipala wasoGwini.

uMzabalazo ukuthaze abalandeli beFresh Start Breakfast Show ukuthi babalandele njalo njengoba bezoba nezinhlelo

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

How to open a beer bottle without an opener

Do the right thing and never be thirsty again…

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.