Zizobe ziboshelwe kukhunjulwa intsha

2015-06-11 06:01

KUMENYWA umphakathi emcimbini wesikhumbuzo sentsha eseyalala kobandayo eyayinamakhono esizweni sakwa Madlala. Abaphathi bomcimbi bathe, lomcimbi uzoba yisikhumbuso semisebenzi emihle yalentsha engasekho emhlabeni.

Umcimbi wesikhumbuzo uzoba mhlaka 16 kuyona lenyanga. Uzoqala ngezikhathi zasekuseni ngo 8:30, uze uphethe ntambama ngehora leshumi. Lomcimbi uzobe ubanjelwe ehholo lomphakathi eSozabe.

Kuzobe kuxutshwe amakhono ahlukene; uMasikandi, Indlamu, umculo wokholo, izimbongi, isichathamiya. amahlaya, amampansula kundiza iteku emoyeni, iHip-Hop, imfene kanye namahlaya. Bayacelwa bonke abaphathi bamaqembu babhalise. Kuphinde kwacelwa umphakathi ukuthi uziphathe. Umcimbi uzobe usezingeni eliphezulu njengoba kuzobe kukhona nabezokuphepha beqaphe isimo.

Ofuna ulwazi uluthe xaxa angathintana nabahleli kulezi nombolo uMnu. Mjabulelwa Madlala ku 071 799 1335 noma uMnu. Wanda Shinga ku 078 566 9006

NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.