Amaphoyisa acela ukufuniswa

2017-08-24 06:01
ISITHOMBE: sithunyelweUDennis Ogle ofunwa amaphoyisa mayelana necala lokubulala.

ISITHOMBE: sithunyelweUDennis Ogle ofunwa amaphoyisa mayelana necala lokubulala.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INKANTOLO isikhiphe umyalelo wokuthi amaphoyisa abophe uDennis Ogle oneminyaka engama-51 ubudala njengalokhu ehlulekile ukulandela imiyalelo yenkantolo yokuba avele phambi kwemantshi yaseRamsgate.

Ngokwesitatimende esikhishwe ngamaphoyisa lomlisa ongowase Louisiana bekumele avele enkantolo njengalokhu kuqhubeka uphenyo ngecala lokubulala elenzeka lulunye enyangeni kaMeyi wonyaka odlule.

“Ngokomthetho umsolwa ngowaseMthwalume kanti amaphoyisa ayamudinga kakhulu,” kusho okhulumela amaphoyisa Lieuternant Colonel Zandra Wiid esitatimendeni .

Kanti ongaba nolwazi angathintana noDetective Captain Bheki Ngeleka kulezizinombolo ezilandelayo 039 688 1185 noma 082 411 5529.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.