Amaphoyisa axwayisa umphakathi ngobugebengu

2016-01-28 06:00

EMVA kwemibiko eminingi yobugebengu obenzeka edolobheni ePort Shepstone, amaphoyisa athanda ukuqwashisa umphakathi ngabantu abathi bazokusiza kunoma yini oyenzayo edolobheni. Amaphoyisa athi kunabantu ababhekisisa konke umuntu akwenza ukuze bathole indlela yokumgebenga.

Okhulumela amaphoyisa uZandra Wiid uthe lezinswelaboya zihambe zibheka ukuthi ubani ongagebengeka, ikakhulukazi abantu besifazane.

“Lezigebengu ziphinde zicuthele abantu abahamba bodwa, abaphethe izikwama bese bezama ukuphazamisa uma benganakile,” kusho uWiid.

Amaphoyisa athe abantu abagweme ukuphatha izinto ezidonsa amehlo ezigebengu.

UWiid uthe uma ubanjwa isigebengu kumele uzame ngayo nonke indlela ukuthola usizo ebantwini abadlulayo, noma umemeze ukuze nabantu bezokusiza.

“Akuwona umbono omuhle ukuthi umuntu azame ukulwa nesigebengu uma eyedwa ngoba angagcina elimele. Kumele uzame ngayonke indlela ukuthola usizo ebantwini abaseduzane bese ufonela amaphoyisa, kusho uWiid.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.