Amaphoyisa axwayisa umphakathi ngomkhonyovu

2018-03-15 06:01

AMAPHOYISA asePort Shepstone axwayisa umphakathi gezigilamkhuba ezintshontsha izimfanelo zabantu, kakhulukazi labo asebekhulile.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Zandra Wiid uthe sekube nemibiko eminingi ngalezigilamkhuba.

Lezigebengu ziqambela abantu amanga zibatshela ukuthi banga kwazi ukuthenga ukudla phecelezi i-grocer ngamanani aphansi, kodwa ngaphambi kokuthi bathenge kumele kumele belethe omakhalekhukhwini babo noma izikhwama zemali.

Kwezinye izigameko lezigebengu zizenza abanini bezitolo,” kusho uWiid. UWiid uxwayise umphakathi ukuba uqhaphele.

“Ningabobathemba abantu eningabazi, nibabambise izinto zenu,” kusho uWiid.

-Isitatimende esithunyelwe

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.