Babambe imashi abesifazane

2018-09-27 06:01
PHOTO: thami ka-nkosiAbesifazane bemashela ukuhlukunyezwa kuvalwa inyanga yabo ngeledlule.

PHOTO: thami ka-nkosiAbesifazane bemashela ukuhlukunyezwa kuvalwa inyanga yabo ngeledlule.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

NAKUBA inyanga yabantu besifazene isidlulile kodwa abaholi bezepolitiki bahlanganele ehholo eMzinto Town Hall ngaphansi kukaMasipala waseMdoni nalapho bebambe khona imashi ukubungaza inyanga yabesifazane ngoLwesithathu olwedlule.

Lo mcibi owabe uhlelwe ngumasipala wasoGwini bekuhloswe ngawo ukukhombisa nokubungaza iqhaza elabanjwa ngabantu besifazane ekulweni nemigomo yobandlululo okuhlanganisa nokuphathwa kwamapasi.

Phakathi kwalabo abathula izinkulumo zabo kuhlanganisa iMeya kaMasipala wasoGwini uMondli Chiliza nowaveza ukuthi kubaluleke kakhulu ukuba abantu besifazane banakekelwe futh kulwiswane nokuhlukumezeka okusuke kubhekiswe kubona.

Uthe wonke umuntu kumele abambe iqhaza ekulweni nokuhlukunyezwa kwabesifazane futhi kubalulekile ukuba imiphakathi ibambisane ibike izenzo zokuhlukunyezwa kwabo.

Uphinde wabeka nokuthi bonke labo abatholakala benze lokhu nokuyinto engamukelekile kumele babhekane nengalo yomthetho futhi bangakutholi nokudatshukelwa.

“Umuntu wesifazane kumele singamadoda simunakekele futhi simhloniphe ngoba uyinzalabantu futhi wabamba iqhaza elikhulu ekukhululweni kwaleli laseNingizimu Africa.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

call centre agent

Milnerton
Pro Placements Recruitment Agency
R4 000.00 Per Month Per Month

Elconop 3 / Elconop 1

Cape Town Southern Suburbs
Workforce
R55.00 - R59.00 Per Hour

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.