Bagubhe usuku ngokuthola ukuqeqeshwa

2018-12-13 06:02

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUGUJWA usuku lesandulela ngcululazi elibizwa ngokuthi World Aids Day, udokotela uMahwire osebenza esibhedlela Port Shepstone Hospital, ugubha lolusuku ngokuqeqesha abasebenzi base Genesis Care Centre kabanzi ngesifo sesandulela ngculazi kanye nesofuba.

Lo dokotela ukhuluma kabanzi ngezinkinga zemigomo kanti wabuya waveza akufunda ekusebenzeni ngbantu abanalesifo.

Kanti ugqugquzele nabazali abaphilalnesandulela ngculazi futhi abanezingane ngokuthi bazame ukuthola izindlela zokudalula ukuthi banaso lesifo kusanesikhathi.

“Ukuveza ukuthi banaso lesifo kusanesikhathi kungasiza ekugwemeni ngokungahambisani nokulashwa futhi bangatheleli abanye abantu bengazi,” kusho lo dokotela.

Ube esenikezela ngemigomo abangayilandela abantu abaphila nesifo sesandulela ngculazi ukuze bakwazi ukuphila impilo engcono:

Ukuthola ukwesekwa ngokomqondo

Ukuzivocavoca

Ukuthatha imishanguzo njalo ngesikhathi esifanele

Ukudla izinto ezinempilo

Ukudalula okungahambi kahle

Ukwamukela

Ukuzivikela ngokutheleleka ngezifo ezinye

Ukuvikela abanye

Esevala udokotela Mahwire uxwayise ngokuthi izifo ezijwayelekile ziyabulala uma amasosha omzimba ebuthakathaka kumuntu onegciwane lesandulela ngculazi. “Ngakho ke labo abanaso kufuneka bavakashele emtholampilo ukuthola imishanguzo kusanesikhathi futhi uma kudingeka bangadluliselwa esibhedlela ukuthola ukunakekelwa okunzulu,” kuvala yena.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 

Enter the examination number or search by province or school (NSC Students) to view results.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.