Bahlangene abeBlacksuit ngempelasonto

2016-07-28 06:00
Isithombe: Sithunyelwe Abebehambele umhlangano weGentlemen Club eMargate Hotel.

Isithombe: Sithunyelwe Abebehambele umhlangano weGentlemen Club eMargate Hotel.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABEHLANGANO iBlack Suit Gentlemen’s Club bebehlangene ngeSonto eledlule zingama-24 July eMargate Hotel. Lomhlangano ububanjwe yintsha yabesifazane nabesilisa nomphathi wentsha uPhumlani Mzobe kanti ube yimphumelelo.

UMzobe utshele abahambeli bomhlangano umlando wePhumlaniM Foundation nanokuthi baqhumuka kanjani nombono weBlack Suit Gentlemen’s Club.

Izinkulumo bezihlose ukugqugquzela nokukhuthaza abesilisa abasebancane, nangokuzimisela ekutheni umuntu akwazi ukufeza izifiso zakhe kwezamabizinisi, kwezobuholi nakwezokuxhumana.

UMzobe uthe uthanda ukumema abazali kanye nabomphakathi ukuba babe yinxenye yeGentlemen’s Club ukuze bakwazi ukushintsha isizwe.

Ungaxhumana noMzobe uthole ulwazi ku phumlani.president@icloud.com noma ocingweni ku 0838713305.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.