Bajabule kuvulwa eyamagugu

2018-11-01 06:02
PHOTO: thami ka-nkosiLawa ngamanye amakhansela abekade ekhona ngesikhathi kunikezelwa ngesigcinamagugu (kwesobunxele) Ncedani Nyuleka, Lindiwe Ntanza, Sindi Moloi kanye noNokuzola Cebisa

PHOTO: thami ka-nkosiLawa ngamanye amakhansela abekade ekhona ngesikhathi kunikezelwa ngesigcinamagugu (kwesobunxele) Ncedani Nyuleka, Lindiwe Ntanza, Sindi Moloi kanye noNokuzola Cebisa

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAKHANSELA kamasipala iRay Nkonyeni athi ajabule kakhulu njengalokhu sekuzovaleka imilomo ngodaba oluthinta ukuthi ngabe sizovulwa nini isigcinamagugu esakhiwe endaweni yasePort Shepstone.

Lokhu kulandela emuva kokuba udaba lokunganikezelwa kwaso ngokusemthethweni sekuthathe cishe isikhathi eside kulindiwe kanti abantu abaningi bese beqala ukuthi basibize njengenta eyabe isetshenziselwa ukumosha imali.

Amanye amakhansela angagunyaziwe ukukhuluma nabezindaba aveze ukuthi abantu abaningi abaqondi indlela uhulumeni asebenza ngayo kusukela kowasekhaya kuya kokazwelonke kanti kubalulekile ukuba imiphakathi ifundiswe kuze iqonde kabanzi.

Ukuvulwa kwesigcini magugu bekubanjwe ngoLwesibili olwedlule nalapho kwabe sekudlulelwa khona enkundleni yezemidlalo yesikole sabafundi abaphila nokukhubazeka nalapho kwaqhutshwa khona izinkulumo

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.