Bajike esisiswini njengothswala abeANCYL

2018-08-30 06:01
ISITHOMBE: sithunyelweUmnu Teddy Hlophe okhulumela uphiko lwentsha eqenjini le-ANC i-ANCYL.

ISITHOMBE: sithunyelweUmnu Teddy Hlophe okhulumela uphiko lwentsha eqenjini le-ANC i-ANCYL.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABOPHIKO Lwe-African National Congress Youth League eLower South Coast (ANCYL) selimemezele ukweseka uThanduxolo Sabela kwesokuba ngumongameli njengalokhu uphiko lwenthsa yaleliqembu ibheke ukuyokhetha ubuholi obusha ngonyaka ozayo.

Ngokusho kokhulumela loluphiko kulesisifunda uTeddy Hlophe uthe isizathu esenze ukuba beseke lowo ongunobhala waleliqembu esifundazweni kwesokuba ngumongameli kazwelonke waloluphiko ingoba sebelibonile igalelo lakhe kanye nendlela esebenza ngokuzimisela ngayo ekuthuthukiseni imigomo yeqembu.

Umnu Hlophe uthi lesisinqumo sithathwe emhlanganweni we-ANC regional committee obewubanjwe ngesonto.

“Asinayo inkinga uma kungukuthi kukhona ofuna loludaba siluxoxe ngenye indlela sivulelekile ukuthi sibonisane nezigceme ngalo kodwa lesi kube isinqumo esibone thina njengesigungu esiphezulu ukuthi sihle ikakhulukazi esizosiza nokufukula isifundazwe sethu nokuthuthukiswa kwabantu abasha,”kusho uMnu Hlophe.

Phakathi kwezinto athi bake bazibheka kuhlanganisa nokuhlukana okubonakala kuqhubeka ngaphakathi eqenjini likaKhongolose esifundeni nathe bona benguphiko lwentsha kungumsebenzi wabo ukuba balekelele ekubuyiseni uzinzo Kanye nobumbano.

“Selokhu kwadlula emhlabeni uTolomane Myayiza lining uqhekeko oselubonakele eqenjini kodwa-ke manje sekumele silekelele iqembu libheke ngasohlangothini olulodwa futhi likwazi ukubambisana ngosho sekubhekwe engqungqutheleni.

UmfokaThumbeza uphinde wacacisa ngokuthi bewuphiko lwentsha sebenalo uhla lwamagama ababona kuyiwona angase ahambe phambili futhi ababheke ukuthi kube iwona ahola isifunda.

Igama likaXolani Luthuli osanukwa eMdoni alisalanga njengalokhu uphiko lwentsha liveze ukuthi limthwele ngeqoma ekubeni abe ngusihlalo wenhlangano kaKhongolose kulesisifunda.

Kanti nakuba inqgunqguthela likakaphumi usuku lwayo oluqondile kodwa imibango yezihlalo kanye nokuthi ngobani abangase baphakanyiswe isiqalile ukubonakala

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.