Bakhiphe i-albhamu abaculi bowokholo.

2016-09-08 06:00
PHOTO: supplied Iqembu iGods messengers ecula emcimbini walo.

PHOTO: supplied Iqembu iGods messengers ecula emcimbini walo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories


IQEMBU lomculo wokholo, i-God’s Messengers ezinze eMthwalume, likhiphe i-albhamu yalo yesibili elandela enye eyayiphume ngonyaka ka2014 ebizwa ‘Manajalo’.

Okhulumela iqembu, uMnuz Nkosinathi Cele uthe babe nomcimbi wokugubha le-albhamu entsha obubanjwe ehholo lase Mpcc khona eMthwalume maduzane nase Gobhela Primary. UMnuz Cele uthe lomcimbi ubeyimphumelelo enkulu njengoba ubuhanjelwe abaculi abaningi waphinda futhi waxhaswa osomabhizinisi bendawo nabafundisi.

Uchaze iqembu labo wathi iqembu elihlanganisa intsha.

“I-God’s Messengers yasungulwa ngonyaka ka 2008 ihlanganiswa yintsha engasebenzi. Lentsha yabona ukuthi kunokuthi izibandakanye ezintweni ezingalungile emphakathini kungcono icithe isikhathi sayo ngomculo,” kusho uMnuz Cele.

Uthe bajwayele ukucula emingcwabeni, emishadweni nakweminye imicimbi ebakhona emphakathini.

“Sike sicule kwi-Ugu Jazz Festival, nakwi-Summer Beach Festival nakweminye imicimbi sidedelane estegi nabaculi abaziwayo abafana noSifiso Ncwane, Sgwili no Babo, Khaya Mthethwa nabanye,” kusho yena. Leliqembu lithe lithanda ukudlulisa amazwi okubonga kubona bonke abantu abaphumelele kulomcimbi nalabo abangaphumelelanga kodwa abaxhasile. Uma ufuna ukuzitholele umculo we-God’s Messengers ungaxhumana noMnuz Nathi Cele ku 073 490 5647.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.