Bamele elakuleli phesheya kwezilwandle

2018-11-29 06:02
isithombe: Bridget Ringdahl

isithombe: Bridget Ringdahl

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

NGENYANGA kaNcwaba iqembu, iWater Explorer yesikole samabanga aphansi, Ebomvini Primary saseZingolweni samemezelwa njengeqembu elihamba phambili ngemisebenzi yabo emihle abayenzayo okubalwa kuzo ukugada izilwane zasemanzini, ukuzakhela elazo ichibi ukuze bahehe amaxoxo engadini eyaziwa nge-permaculture.

Leli qembu elihamba phambili eNingizimu Afrika lisanda kuhambela phesheya kwezilwandle ukuyomela izwe lalo emcimbini obizwa ngokuthi International Water Exlporer, eyayibanjelwe komkhulu lebhenge elikhulu kunawo wonke emhlabeni, eCanary Wharf London.

Iqembu laseNingizimu Afrika lihlanganyele namanye amaqembu aqhamuka kumazwe ngamazwe, okulapho bezogubha ndawonye impumelelo yabo yokonga amanzi futhi namphrojekthi abawenze ngonyaka odlule.

Limangaze abaningi leli qembu ngesikhathi ligixabezwa ngendondo ye-Innovation and Student’s Choice Award for Water Explorer 2018. Uthisha owengamele leli qembu, uNkk Youth Mavundla uthe ukufika kuleliyazwe kuyintokozo enkulu kubona kodwa ukuhlomula kubashiye nomuzwa wokuziqhenya kanye nokuzithoba.

Abafundi babanga lesi -7 ababehambe nothisha ukuyomela isikole kanye nelakuleli okungu Esihle Gasa beno-Asiphile Mkhonde, baveze ukuthi bekungokokuqala ngqa bengibela abhanoyi.

“Ngikuthokozele ukubona indawo ebizwa ngeLondon Eye, Big Ben kanye nonogada basebukhosini baseBuckingham, “ kusho u-Esihle Gasa.

Lomfundi uthi kumjabulise kakhulu ukuhlanganyela nabafundi bakwamanye amazwe kanye nokuzwa ukuthi imaphi amaphrojekthi abawenzile aphathelene namanzi.

Lesisikole asigcinananga lapho kodwa sibuye sahlomula ngendondo ebizwa ngokuthi International Youth WAFA Award (Water Air and Food, Awards), okuyindondo ehlonyuliswa labo abenza imizamo yokwenza izinto ezihlukile emphakathini ekongeni amanzi ezweni lonkani.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.