Baphe umkhulu izipho abasebenzi egalaji

2016-08-18 06:00
PHOTO: supplied Bejabulile abasebenzi (kusuka kwesokunxele) uSphiwe Mbewana,Precious Mbhele, Umkhulu, Christian Mbewana kanye no Nelisiwe Duma.

PHOTO: supplied Bejabulile abasebenzi (kusuka kwesokunxele) uSphiwe Mbewana,Precious Mbhele, Umkhulu, Christian Mbewana kanye no Nelisiwe Duma.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABASEBENZI begalaji likaphethiloli i-Engen ePort Shepstone, eduze kwamahhovisi eFever bagubhe usuku lokuzalwa lwekhasimende elithela uphethiloli kulona leli galaji. Laba basebezi baphe lelikhasimende izipho ngosuku lwalo lokuzalwa ngesonto eledlule.

Okhulumele abasebenzi uNksz. Nelisiwe Duma uthe lokhu kube isenzo esihle abasenzele lomkhulu abamazi engumuntu onehliziyo enhle ohlale ajabulile njalo.

UDuma uthe umkhulu uthokoze kakhulu, wabonga wanconcoza.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.