Beziphumile izihlangano ngempelasonto

2018-03-22 06:01
IZITHOMBE: PRECIOUS GUMEDEOwe-EFF uMpumelelo Mbono enikeza abashayeli bezimoto amaphepha agqugquzela ukuthi beyobhalisa.

IZITHOMBE: PRECIOUS GUMEDEOwe-EFF uMpumelelo Mbono enikeza abashayeli bezimoto amaphepha agqugquzela ukuthi beyobhalisa.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IZINHLANGANO zentsha zamaqembu ezepolitiki ahlukene beziphume ngobuningi bazo kulempelasonto ebiqokwe ukuthi kubhaliselwe ukuvota eNingizimu-Afrika.

Endaweni yaseGamalakhe kubonalake kakhulu abezikipha ezibomvu be-Economic Freedom Fighter (EFF) nabe-National Congress (ANC) eziteshini zokuvota.

Lezinhlangano bezinikezela ngamaphepha agqugquzela abantu ukuba beyobheka imininingwano yabo namakheli emabukwini alabo ababhalisele ukuvota, njengoba selusondela uketho luka-2018.

Abe-EFF babonakale emarobothini angenela eGamalakhe bedlulisa lomyalezo.

Esikhungwini sokuvota ku-Ward 28 amavolontiya e-ANC nawo abehlezi ngaphandle enza okufanayo futhi ekhankhansela iqembu lawo.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.