Ikhala ngokungahlonishwa kwamaKhosi I-Democratic Alliance

2018-08-02 06:00

IQEMBU le-Democratic Alliance lizwakalise okukhulu ukushaqeka nokudumala ngelikubize ngokwehliswa usithunzi nokubukelwa phansi kuka sihlalo wobuKhosi namaKhosi aseMzumbe. Lokhu kubonakale emcimbini wokugubha usuku lwaloyo owayengu Mengameli wase Ningizimu Afrika neNkosi yesizwe saBathembu uDkt Nelson Mandela, ngesikhathi amaKhosi abehlaliswe noquqaba.

Lo mcimbi ubungo Lwesithathu mhla ka-18 kuNtulikazi (July) ezinkundleni zemidlalo KwaShibase esizweni seNkosi yakwaCele eMfangisale.

Usihlalo waleli qembu uMnuz Leonard Ngcobo uthe amakhosi abehlaliswe noquqaba futhi abezindaba bemi phambi kwawo kanti abathwebuli bebephakamisela amacamera phezu kwamakhanda amakhosi.

Uthe: “Umphathi wohlelo onguSomlomo womkhandlu waseMzumbe uMatho Shozi akazange nje azikhathaze ngokusho ukuthi kukhona amakhosi,” kusho uMnuz Ngcobo.

UMapholoba uthi ngisho ukuthi kunikezwe inkosi yesizwe ithuba lokuba yamukele izihambeli akuzange kwenzeke futhi uthe lokho ukubona kuwukudelela inkosi yesizwe uBathebuya Cele.

Uthe: “Kuyacaca ukuthi lokhu bekuhleliwe ukukhombisa amandla abanawo phezu kwaMakhosi.

“Sinxusa uNgqongqoshe uNkk Weziwe Thusi neziMeya ukuba basichazele ukuthi bekuhlosweni ngalelichilo elenzekile.

“Iqembu le-DA lizoqhubeka nokulwela sithunzi nokuhlonishwa kobukhosi njengokuyalela koMthetho sisekelo wezwe lase Ningizimu Afrika.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.