Ingamampunge eyokukhothama kweNkosi uVela Shembe

2017-02-16 06:01

IBANDLA laseThembezinye liveze ukuthi awalona iqiniso amahlebezi aqale ezinkundleni zokuxhumana ngokukhothama kweNkosi uVela Shembe.

Ngokusho kukaNkululelo Mthembu okhulumela ibandla laseThembezinye, bashaqekile ngalokhu abakubone ezinkundleni zokuxhumana kanye nemibiko ephume ephepheni iSolezwe ngokukhothama kweNkosi uVela Shembe.

“Yize kusithusile ukusabalala kwala mahlebezi esiwabone eqala ezinkundleni zokuxhumana, kodwa singakuqinisekisa ukuthi iNkosi isaphila futhi ayixinekile nakancane.

Echaza ngokuthi asuka kuphi lawa mahlebezi, uMthethwa uthi baqale ukubona imibhalo mayelana nokukhothama kweNkosi kowesimame odlulise “awenduduzo eNkosini,”

Ngesikhathi abeZindaba24 bephenyisisa ngalolu daba bathole ukuthi osewimame onguPhumelele Goqo uyena msusa wawo wonke lawa mahlebezi, nkanti lo wesimame usenqume ukuwususa umbhalo wakhe wafaka omunye lapho exolisa khona ngalokhu akubhalile.

Uthi naye ubebuza ukuthi ngabe kuyiqiniso kangakanani ukuthi iNkosi isikhotheme, hhayi ukuthi kukhona okubi ayifisela khona. - Izindaba24.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.