Ingosi yezomculo noMshedis

2016-09-22 06:00
PHOTO: precious gumede u-DJ Mshedis Xolo weRadio Sunny South.

PHOTO: precious gumede u-DJ Mshedis Xolo weRadio Sunny South.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ANGINIBINGELE bafundi kulengosi yezomculo walapha eNingizimu Afrika. Namuhla nginiphathele ingqalabutho kwezomculo uRaymond “Chikapa” Phiri, owazalwa mhla zingu 23 kuNdasa (March) ngonyaka ka1947. UPhiri wazalelwa eNelspruit, eMpumalanga kanti uyise wayedabuka ezweni laseMalawi. Uyise wafika lapha eNingizimu ngokusebenza.

URay wayeshadelwe inkosikazi uDaphney Phiri owashona ngonyaka ka2003 engozini yemoto ehamba naye uRay kepha uRay wabanokulimala okunzima. Uphinde washadelwa inkosikazi yesibili uPhumzile Phiri yena odlule emhlabeni ngonyaka ka2015 ngenxa yokugula.

Ikhono lakhe kwezomculo libonakele ngenkathi edansela isiginci ngeminyaka yama 70’s. Uqale iqembu lomculo elalibizwa ukuthi amaCannibals kanti kuleli qembu babekhona oJabu Sibumbe, Isaac Mtshali nabanye, lidume ngomculo weSoul. Emva kwesikhathi leli qembu lajoyinwa uJacob “Mpharanyana” Radebe owayesuka eqenjini elalibizwa ngokuthi amaWavelets. UMpharanyana uyena owayedumile kuleli qembu iCannibals uPhiri yena edlala isiginci.

Kuthe ngemuva kokushona kuka Mpharanyana, kwaba yilapho iCannibals ihlukana khona, URay wasungula iqembu iStimela. Iqembu lishise izikhotha ngaminyaka yawo 1980. Leliqembu lalihlnganise uRay phiri, Isaac Mtshali, Nana Coyote, Charles Ndlovu, Jabu Sibumbe kanye no Lloyd Lesola.

Indodo ayizuzile uRay ibizwa ngokuthi iOrder of Ikhamanga yesiliva, ayamukela kuMongameli wezwe.

Singabalandeli bakaRay Phiri kwezomculo ngithi angimbongele ngokuthi aphinde abe nenkosikazi yesithathu njengoba bebophe ifindo lomshado ezinsukwini ezimbalwa ezedlule, lowo ngu Rabelani Mulaunde.

Asiphinde sibonane ngokuzayo bathandi bomculo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.