Inhlangano igqugquzela ezolimo

2018-11-22 06:01
PHOTO: Supplied

PHOTO: Supplied

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO engenzinzuzo iHarry Gwala Agri (PTY) LTD eyasungulwa commercial farmers in the Harry Gwala District Municipality of KwaZulu-Natal ngethemba lokwakha, livuselele ugqozi, bacobelelane ngamakhono, ukubaluleka kokunikezela kwesikhathi kanye nokuhlinzekela kwezezimali kwabalimi abasenza kancane.

Manje lenhlangano isikeka izinhlelo eziningi ezingaphansi kwendawo ezilwasana ukugadwa kokudla, inikezela ngoxhaso oludingekayo, ezisa abading amathuba okukhulisa ulwazi futhi isiza abalimi asafufusa.

Ingqikithi yalenhlangano ukuthi idlale indima yokuba umgqugquzeli ekuhlinzekeleni abalimi basendaweni ngamakhono azobasiza bathuthukise ulwazi lwabo ngokuba abalimi futhi babaseke ngezindlela ezihlukene ezikhona kule-project yomkhandlu.

Ngokubaphakela ulwazi mayelana nabalimi bentengiselwano, ukuxhumana ispiliyoni kanye nokufinyelela kwezezimali ukuze baqede ubumbha obubhekene nalomkhandlu.

Umphathi wale-project, uMnuz Dylan Weyer uthi lomkhandlu kanye nabalimi basendaweni baqala ukusebenzisana ekusizeni abasafufusa kodwa lokhu bekubuyeke kube inkung ngenxa yokuthi abalimi laba abantengiselwayo bamatasa kanti usizo oludingwa ilaba abasafufusa lukhulu kakhulu.

“Lenhlangano ingumama walama project ngoba iyona ephakela lawa angaphansi asemancane ngokubapha izinsiza kusebenza, ulwazi futhi ibalethela abantu okuyibona abasobasiza babaphe uxhaso,” kusho yena.

Uyivale ngokuthi lezinhlelo zamanje zixhaswe ziqukethe iznto eziningi ezahlukene okubalwa kuzo internship (in-service training) ezonikezelwa abafundi bezolimo Esayidi College eseMzimkulu, eqguqguzelwe iHarry Gwala Agri, abalimi balomkhandlu kanye namaphethelo futhi laba bafundi bazothola isibonelelo njalo ngenyanga esivela kubaxhasi eszibasiza ukuthi bazinakekele.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.