Inkosi ibonge isizwe

2017-08-10 06:01
Lezi zintokazi beziyishaye yaphelela imvunulo (kusuka kwesobunxele) Thandazile Cele, Phumzile Ndwalane kanye noNonhlanhla Madlala.PHOTOS: thami ka-nsele

Lezi zintokazi beziyishaye yaphelela imvunulo (kusuka kwesobunxele) Thandazile Cele, Phumzile Ndwalane kanye noNonhlanhla Madlala.PHOTOS: thami ka-nsele

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

BEKUBUSWA kufinywa ngendololwane ngesikhathi kuhlangenwe ezinkundleni zemidlalo KwaMaveshe ngoMgqibelo owedlule.

Lapha bekuzobungazwa lesisizwe esiholwa inkosi uSazi Ndwalane kanti bekuphume nesinedolo ukuzoba yingxenye yalombuthano.

Inkosi yesizwe uSazi Ndwalane ibonge kakhulu ukubambisana esizweni kanye nokusebenzisana. Ithe kufanele beyisizwe babambisane ekulweni nobugebengu kanye nokuhlukunyezwa kwezingane nabesifazane.

“Akungathiwa isigebengu saziwa ukuthi ngesakwabani sifihlwe singavezwa ngoba lokho kwenza ukuthi ubugebengu kunganqotshwa kalula,” kusho uNdwalane.

Uthe kunezizinda ezaziwayo esizweni ukuthi zihamba phambili ngobugebengu futhi bayaziwa abenzi babo kudwa nje kuthulekile.

Uthe yena angeke aze abumele ebegebengu esizweni sakhe futhi uzozibambela mathupha.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.