Inxoxo ngomculo noMshediz MSHEDIS

2016-09-08 06:00
PHOTO: precious gumede Mshedis

PHOTO: precious gumede Mshedis

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Anginibingelele bafundi, sengiphinde ngabakhona kulengosi lapho sicobelelana ngezomculo ngabaculi baseNingizimu Afrika.

Namuhla nginiphathele uMiriam Makeba, uZanele Miriam Makeba wazalwa ngomhlaka 4 March 1932, wayedume ngelika mama Afrika . Umama wakhe wayeyisangoma edabuka kwelase Swazini, washiywa ubaba wakhe eneminyaka eyisithupha kuphela. Ngonyaka ka 1950 eneminyaka engu-18 uMirriam waba nengane yentombazane ogama layo linguBongi Makeba, owamuthola kumyeni wakhe wokuqala uJames Kubay, kwathi emva kwalokho wathola ukuthi uma ehlolwa unesifo somdlavuza wamabele, umyeni wakhe wase emshiya kanjalo.

Iqembu aqala ukucula nalo i-Manhattan Brothers wase dlulela kwelinye iqembu lomculo labesifazane ama Skylarks ecula umculo we-Jazz. Ngo 1956 wakhipa icwecwe ‘iPata Pata’ kwaba yilo elamnikeza udumo. Ngo1959 ucule phambili kwi King Kong, lapho kwakukhona noHugh Masekela. UMiriam walibangisa eLondon lapho ahlangana noHarry Belafonte owamusiza ukuthi angene kwelase United States, yilapho athola udumo. Kuthe uma esefuna ukubuyela eNingizimu Afrika ukuza emngcwabeni kamama wakhe wafumanisa ukuthi ipassport yakhe ikhanseliwe, kwakuwunyaka ka-1960.

Ngo-1964 ushade noHugh Masekela kodwa lomshado wathatha iminyaka emibili kuphela. Maningi amaculo abe aziwa ngawo njenge ‘Qonqothwane’ , ‘Malaika’ namanye amaningi. Kuthe sekushone uBongi indodakazi yakhe walibangisa eBrussels ngonyaka olandelayo. UHugh Masekela wamazisa kuPaul Simon lapho kwabanochungechunge lohambo lwe-Graceland.

Ngomhlaka 9 November 2008 kwaku neDili lomculo endaweni ebizwa ngokuthi i-Castel Volutrno eduzane nase Casetra e-Italy. UMiriam Makeba wahlaselwa isifo senhliziyo ecula ingoma yakhe ethi ‘Pata, Pata’ wawa estegi, waphuthunyiswa e-Pineta Grande Clinic yilapho ashonela khona. Ngiyabonga bafundi asibonane kwingosi elandelayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Men.24 Model of the Week: Wendy from Cape Town

Find out more about our featured model, Wendy from Cape Town

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.