Konke kuhamba kahle kuMasipala waseMzumbe

2016-07-07 06:00
Photo:  Kusukela kwesokunxele, Nokuthula Mgijima (imenenja kamasipala), MEC Nomusa Dube-Ncube (Cogta), Nokuthula Shongwe (Senior Manager : Municipal Finance, Cogta) and Cllr Sizwe Ngcobo (Speaker).

Photo: Kusukela kwesokunxele, Nokuthula Mgijima (imenenja kamasipala), MEC Nomusa Dube-Ncube (Cogta), Nokuthula Shongwe (Senior Manager : Municipal Finance, Cogta) and Cllr Sizwe Ngcobo (Speaker).

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AKWANELE ukuthi ulokhu uzitshela ukuthi wenza kahle. Kubalulekile ukuthi uthole umuntu noma abantu abazokubheka ngeso lokhozi bakucubungule bese besho ukuthi isimo sakho sinjani. Uhululumeni wentando yeningi uvule izinhlaka eziningi eziqhakambisa ukuhlaziywa komsebenzi owenziwa uhulumeni wonkana.

Siphinde sangenela omunye futhi umcintiswano obhekele kakhulu ukusebenza komasipala ngokwamzinga ahlukahlukene. Lo mcintiswano ulawulwa uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nobuHoli beNdabuko phecelezi Municipal Excellence Awards. Lapho bekubhekwa ukusebenza komasipala ngokwamazinga abo. Kulelizinga lomasipala abancane abenza kahle sifike sadla umhlanganiso (Best Performing Small Local Municipality). Sibe futhi sesithola nendondo yokuphatha kahle umasipala (Clean Audit Municipality). Izona lezizinto ezenza ukuthi sinone ukuthi sisebenzela umphakathi wethu kahle.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.