Kubanjwe ababili nezidakamizwa

2018-03-22 06:01

KUBOSHWE abalisa ababili ngoMsombuluko emini edolobheni lase-Margate abatholakale nezidakamizwa ezibizwa nge-Heroine.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Zandra Wiid uthe labalisa abaneminyaka engama-27 nengama-33 babanjwe amaphoyisa amabili u-Constable Mzakwe Makana no-Constable Qhosha be-Port Shepstone POP Project team.

“Batholakale ne-heroine engama-36 futhi bazovela enkantolo kMantshi e-Ramsgate kungekudala.”

UMphathi wesiteshi samaphoyisa eMargate uBrigadier William Slabbert, ukwamukelile ukuboshwa kwalabasolwa wakhuthaza umphakathi ukuba uphumele obala uma unolowazi ngalabo abadayisa izidakamizwa.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.