Kubenemidlalo yentsha kumasipala

2017-03-09 06:01
Izithombe : Umzumbe facebookAbeSharks Board befundisa ngoshaka.

Izithombe : Umzumbe facebookAbeSharks Board befundisa ngoshaka.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INTSHA yakuMasipala waseMzumbe iphume ngobuningi bayo ngempelasonto iyozilolonga emidlalweni eyahlukahlukene ebibanjwe eTurton Beach.

Okhulumela umasipala uTrevor Khanyile uthe intsha iphume kuzozonke izindawo ezakhele lomasipala okubalwa kuzona oPhepheni, eNyavini nako Gwabhu kuWard 12.

“Intsha idlale imidlalo eyahlukahlukene njenge induku, ibhola lezinyawo elidlalwa esihlabathini solwandle (beach soccer), i-volleyball neminye imidlalo ebidinga basebenzise imiqonqo ukuze kunqobe onqondo nqondo be-game,” kusho uKhanyile.

Uqhubeke wathi ezokuphepha bezisezingeni njengoba bekukhona ithimba lakwa Fire and Rescue ebeliqinisekise ukuthi abakho abayakobhukuda njengoba ukubhukuda bekungavumelekile.

Uthe ithokoze kakhulu intsha ngesikhathi abe-Sharks Board uBabalwa Mpaka noSiya Chamane bekhiphe ushaka obufile emanzini bafundisa intsha ngawo nangezinhlobo ezahlukene zoshaka

UChamane uthe basebenzisa oshaka abafile ukufundisa umphakathi njengoba besuke bezifele bona.

“Ngezinye izikhathi laboshaka batholwa sebefile bebanjwe ama-net, ababulawa muntu," kusho uChamane.

Emva kwezinkulumo nemidlalo abesigungu esiphezulu somasipala, i-Exco, banikezela labo abaphume phambili emidlaweni izindondo.

Omunye wamalungu e-Exco uKhansela Nompilo Mweshe uhalalisele intsha wancoma ukuziphathakahle kwayo. Unxuse ukuthi iqhubeke njalo nokuzilolonga nokuzi badakanya emidlalweni ezigodini zayo ezahlukene.

Ekugcineni kosuku imiphumela ime kanje:

1. Ibhola lezinyawo (abesilisa) - Cluster A

2. Ibhola lezinyawo (abesifazane) - Cluster E

3. Netball (abesifazane) - Cluster A

4. Volleyball (abesilisa) - Cluster C

5. Induku - Cluster A

6. Umlabalaba - Cluster D

7. Ukugijima kwabafana 5km and 100m: U10 Thabiso Mkhayawo, U12 Cebo Bhengu, U16 Mluleki Mbatha, U20 Lunga Mfeka.

8.Ukugijima amantombazane: U10 Nosihle Mjaja, U12 Phofukazi Radebe, U16 Zandisile Mbanjwa, U20 Thandokuhle Khanyi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham

Here are just ten of our favourite plus-sized models:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.