Kubongwa abaphumelela emcimbini kaMaskandi eBhobhoyi

2018-07-05 06:01
Maskandi.IZITHOMBE : ZITHUNYELWE

Maskandi.IZITHOMBE : ZITHUNYELWE

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABAHLELI bomcimbi okungu Bubu Mgojo noMamu Phumzile Mgojo noNkanyiso Ngwabe obuse Bhobhoyi obubizwa inkunzi ise matholeni bathi bathanda ukubonga kubona bonke abantu abaphumelela emncimbini. “Sibong abefundisi abebekhona ababesphathele inkonzo uMfundisi uDuma noMamu Duma, nabantu bebandla lakhe, uMfundisi uGeveza noMamu Nomlindelo Mgojo kanye nobabu uHadebe ongumnikazi wendawo imatu centre. Sibonge abe Department of Labour, abakwa Vodacom nabakwa Capitec bank ababekhona,” kusho uMamu Phumzile Mgojo. Abaphathi bezinhlelo zika maskandi, uMbongeni we Radio Sunny South noSxhubo waku Ugu Youth Radio. Omasipala abahlukene nabo bafika bezokhuluma ngokulwisana nomkhuba omubi wokuhlukunyezwa, ukubulawa kwezingane nabebala elimhlophe. “Kubo bonke abawazile ukuphumelela, sithi kithi bakwenze nakwabanye. Inkosi inibusise,” kusho uMamu Phumzile Mgojo.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.