Kubongwe abadlali bebhola oLwandle

2015-12-03 06:00
Isithombe: precious gumede Kusukela kwesokunxele uMnuz Mzwandile Mkhwanazi uSkhuthele Ntintili, uMnuz Ndodo Gwala, uMnuz Phindani Nene noMnuz Chris Kwane bemukelisa umdlali weqembu lwasoLwandle indondo nesipho.

Isithombe: precious gumede Kusukela kwesokunxele uMnuz Mzwandile Mkhwanazi uSkhuthele Ntintili, uMnuz Ndodo Gwala, uMnuz Phindani Nene noMnuz Chris Kwane bemukelisa umdlali weqembu lwasoLwandle indondo nesipho.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMALUNGU esikole sasoLwandle High School, eGamalakhe abonge iqembu le bhola lezi nyawo lasoLwandle ngokuphuma phambili emncintiswaneni we-Top 32 Schools eThekwini.

Lo mncintiswano wawu ngenelwe izikole ezingama-32 ezivela KwaZulu-Natal ngesikhathi ziqhudelana emidlalweni yokuwina indebe nesamba semali.

Okhulumele abaqeqeshi uMnuz Nhlanhla Mbili uthe konke okwenzekile ngokuphumelela kwaleli qembu kube umusa nentando kaNkulunkulu.

Uthe: “Bekunzima ngesikhathi kusaqala umncintiswano ngoba kwaku ngakhombisi ukuthi sizo phumelela, kanti nabantu bebe khuluma ukuthi ngeke siphumelele njengoba besi bhekene nabadlali abavela emaqenjini akwi-Premier Soccer League (PSL). Okuhle ukuthi asizithelanga ngabandayo. Ngazinika isikhathi esenele ukuthi ngiqeqesha leli qembu ngenzela ukuthi uma sekufike izinsuku zomncintiswano sebe vuthiwe,” kusho uMnuz Mbili.

Uthe ubonga abazali babadlali ngokuseka izingane zabo.

“Konke lokhu kube yimpumelelo ngenxa yabazali abavumele izingane zabo ukuthi zibe yingxenye yalo mncinciswano, baphinde baxhasa ngomnikelo ukuze iqembu likwazi ukufinyelela lapho bekudlalwa khona. Abazali bayidlalile indima.” kusho yena.

Umsunguli walo mncintiswano uMnuz Nene uthe uyethemba ukuthi labadlali bayoba yingxenye yalabo abazodlala kuma-Commonwealth Games ngo-2020.

Uqhube wathi okubalulekile ukuthi abadlali kumele bagxile ezifundweni, hhayi kwibhola kuphela.

Uthe: “Bafana siyathokoza ukuthi niphumelele kulo mncintiswano kepha amaphupho enu akungabi ukufuna ukudlalela amaqembu akwi-PSL kepha kube yimfundo kuqala,” kusho uMnuz Nene.

Uthe kungcono ukuba umdlali ofundile.

Uqhube wathi usesungule isikole lapho abadlali bezokwazi ukufunda bese bethole nethuba lokuqeqesheka kwezemidlalo phecelezi i-Academy.

Othisha basoLwandle badlulise amazwi okubonga abadlali bathi babeke isikole ezingeni eliphezulu.

Umcimbi uphethe ngabadlali behuba izingoma zabo babonga nabaxhasi kubalwa yi-Senzi’s on Faya, uMasipala wasoGu, uSbonelo Ndaba, uMondli Mpofana, yinkampane yakwaNgcolosi nenkampani i-MGM ngokwenza imidlalo ube yimpumelelo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

5 top leg exercises for men

Here’s our selection of the five best leg exercises that you can do in the comfort of your own home.

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content this holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.