Kuboshwe inqwaba eGamalakhe

2017-05-25 06:00
PHOTO: suppliedUmphathi wamaphoyisa uMajor General Sethenya Nxamagele (kwesokunxele) kanye noLieutenant Colonel Gavin de Lange beqhuba umkhankaso wokulwa nobugebengu eGamalakhe.

PHOTO: suppliedUmphathi wamaphoyisa uMajor General Sethenya Nxamagele (kwesokunxele) kanye noLieutenant Colonel Gavin de Lange beqhuba umkhankaso wokulwa nobugebengu eGamalakhe.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUSANDA kubanjwa umkhankaso wokulwa nobugebengu endaweni yaseGamalakhe obuholwa wu-Cluster Commander, uMajor General Sethenya Nxamagele ngeledlule. Kulomkhankaso bekukhona namaphoyisa akwa-Crime Intelligence, Vehicle Crime Investigation Unit (VCIU) kanye nawakhona eGamalakhe.

Ngokusho komkhulumeli wamaphoyisa uLieitenant Colonel Zandra Wiid, inhloso yalomkhankaso bekuwukubamba labo abadayisa utshwala ngaphandle kwezimvume, ukubamba labo abadayisa izidakamizwa, ukubamba izigebengu ezifunwayo, abatshontsha izimoto, impahla kanye nezibhamu ezingekho emthethweni.

“Kulomkhankaso kuvakashelwe izindawo ezidayisa utshwala kwaphinde kwamiswa kwaseshwa abantu nezimoto,” kusho uWiid.

Kuboshwe owesilisa oneminyaka engama-21 ngokutholakala namaphilisi ayi10 esidakamizwa esidume ngokuthi “umgwinyo” (ecstacy), amaphilisi amane emandrax, anaphasela ayi-148 ewoonga kanye nomthunzi wezinkukhu. Omunye wesilisa oneminyaka engama-26 uboshelwe ukutholakala namaphilisi omgwinyo angama-39.

Kuphinde kwaboshwa abanye abayisikhombisa ngamacala ezidakamizwa kanye nabanye abayisihlanu ngamacala okudakwa emphakathini.

Amaphoyisa aphinde ashaqa isamba esikhulu semali kubadayisi bezidakamizwa aphinde ashaqa notshwala obebudayiswa ngaphandle kwemvume, kwaboshwa abantu ababili ngokubudayisa ngaphandle kwamaphepha abagunyazayo.

UMajor General Nxamangele ubonge amaphoyisa abeyingxenye yalo mkhankaso. Uphinde wabonga umphakathi waseGamalakhe ngokubambisana namaphoyisa ukulwa nobugebengu, wathembisa nokuthi imikhankaso efana nalona izohlale yenziwa endaweni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

How to open a beer bottle without an opener

Do the right thing and never be thirsty again…

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.