Kuboshwe odayisa izidakamizwa

2017-02-02 06:01

NGOMSOMBULUKO ekuseni kuboshwe umsolwa wesilisa oneminyaka engama-37 endaweni yaseRiverside Park, eMzinto, emva kokuthi etholakale nezidakamizwa. Lezi zidakamizwa ezohlobo lwe-heroine elinganiselwa ku R1 805 uma lidayiswa. Lomsolwa ubese evulelwa icala lokushushumbisa izidakamizwa. Okhulumela amaphoyisa UColonel Zandra Wiid uthe lomsolwa uvele enkantolo yaseMzinto ngoLwesibili, wanikezwa ibeyili ka R4 000 kanti uzophinda avele enkantolo mhla zi-10 kuNdasa (March).

Umphathi wamaphoyisa uMajor General Sethenya Nxamagele uwuncomile umsebenzi womaphoyisa kanye nomphakathi ukuthi ukwazi ukubikela amaphoyisa uma kukhona isigilamkhunba emphakathini.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.