Kucelwa ababebhalisile

2017-08-10 06:03

KUMENYWA bonke abasuswa noma isizukulwane salabo ababhalise ngaphansi kweChiliza Community Land claim, eyafakwa iNkosi Gilibethe kaJongilanga Chiliza ngonyaka we-1998.

Kuyacelwa-ke ukuba kuze labo ababhalise ngaphansi kwalesi sizwe kuphela hhayi labo abangaphansi kwamanye amakhosi. Inhloso yomhlangano ukwazisa ababebhalisile ngokuqhubekayo mayelana nezicelo zabo zomhlaba.

Indawo kuyoba ise-St Martins khona edolobheni laseSayidi, kuyoqalwa ngehora le-9 ekuseni mhla ziyi-5 kuyona lenyanga.

Ngeminye imininingwane ungaxhumana Chilizamambuka Chiliza kulezizinombolo 0737011641 noma 0718038085.

- Luthunyelwe.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.