Kufunwa okhubazeke ngokomqondo

2017-02-09 06:02
isithombe: sithunyelwe UNksz Nomusa Veronica Gcaba (34) wase Murchison oduke ngoMasingane (January).

isithombe: sithunyelwe UNksz Nomusa Veronica Gcaba (34) wase Murchison oduke ngoMasingane (January).

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAPHOYISA acela ukufuniswa odukile uNksz Nomusa Veronica Gcaba oneminyaka engama-34, wase-Murchison.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Zandra Wiid uthe umndeni kaNksz Gcaba wabika ngokuduka kwakhe emaphoyiseni mhla ka-29 kuMasingane (January).

“Umndeni wakwaGacaba uthe uNksz Nomusa Veronica Gcaba, wahamba ekhaya egqoke ingubo emnyama enemigqa emhlophe nebhulukwe oluwuhlobo lwama-leggings elimnyama,” kusho uWiid.
UNksz Gcaba unesibazi esiphongweni nesibazi sokusha esandleni sokudla.
UColonel Wiid uthe uNksz Gcaba ukhubazeke ngokomqondo.

Kunxuswa ongaba nolwazi ngokuduka kwakhe axhumane nomseshi wabalahlekile uMnuz Rams Ramphul enombolweni ethi; 079 500 1251 emaphoyiseni aseSayidi.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.