Kugqugquzelwa umphakathi ukuba ubhalisele ukuvota

2018-03-15 06:00

UMEYA weRay Nkonyeni Municipality uNksz Nomusa Mqwebu ukhumbuza wonke umphakathi ukuba uyo bhalisela ukuvota ezindaweni zokuvota eziseduzane nawo.

Uthe labo abebe bhalise ngaphambilini kubalulekile ukuba nabo bhambele lezindawo ukuyobheka imininingwano yabo.

“Inhlangano yokuvota i-Independent Electoral Commission (IEC) iqhuba umkhankaso wokuqoqwa kwekheli le posi ngemuva kokuthi kudingeke ukuqinisekisa ukuthi abavoti banemininingwane yekheli le posi elifanele, njengoba lindingeka ukuze amalungu mphakathi ekwazi ukuvota, kusho uNksz Mqwebu.

Zonke izindawo zokuvota zizovulwa ngoMgqibelo nangeSonto kusukela ngo-8 ekuseni kuya ku-5 ntambama.

Uthe: “Uma uyobheka imininingwane yakho kubalulekile ukuthi uphath umazisi (ID) wakho,” kusho uMqwebu.

Uma kukhona othanda ukwazi kabanzi ngaloludaba engaxhumana nabakwa-IEC enombolweni ethi: 0800 11 8000 noma uvakashele ikheli le-website elithi: www.elections.org.za.

-Isitatimende esithunyelwe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.