Kugujwe olwamagugu

2017-10-05 06:00
ISITHOMBE: SithunyelweAbafana bemfene beshaya into ecokeme sebengasaneke nemvula.

ISITHOMBE: SithunyelweAbafana bemfene beshaya into ecokeme sebengasaneke nemvula.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

NAKUBA Imvula kade idla lubi kodwa lokho akubathenanga amandla labo abazigqajayo ngamasiko abo ukuba babe ingxenye yohambo obe luhlelwe ngumasipala wase Ray Nkonyeni ngoMgqibelo ekuseni. Umkhandlu ubuhlele uhambo lokukhombisa ngamasiko ahlukahlukene kanye nempilo yezinhlanga ezahlukahlukene. Loluhambo luqale e-Dick King square laze layophela ehholo lomkhandlu iCivic Centre.

Enkulumweni yakhe uMeya kamasipala uNomusa Mqwebu uthe kubalulekile ukuthi abantu baziqhenye ngemvelaphi yabo futhi bakujabulele ukubona amagugu abo ethakazelwa ngabezinye izizwe.

Kulomcimbi bekukade kuhambele nalowo owabe eyisithandwa somdlalo wamabonakude uZalo owabe edume ngelikaGxabhashe kanye nendodakazi yesibili yeSilo Samabandla uNandi Zulu.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.