Kugujwe olwentsha eRank yase South Coast

2018-06-28 06:00

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UDABA lolima eNingizimu Afrika lusengudaba elubucayi ngengoba izilimu zendabuko sekunesikhathi zavalelwa ngaphandle kwezemfundo kanye nasezindaweni zokusebenza.

Lokhu sekuholele ekubeni izinga nolwazi lwalezi zilimu lehle kakhulu njengoba zincane nezincwadi ezibhalwe ngazo. iNal’ ibali yona ikholelwa ekutheni wonke umntwana unelungelo lokufundiswa nokuqonda ngolimi alincela ebeleni futhi ikholelwa ekutheni imfundo nolwazi kuyilungelo lomuntu. Umgqugquzeli walomgubho uSiya Ngesi uthe: “Sibe sesinquma ukuba sisebenzele ekutheni sigqugquzele ukufunda ngokusungula nokusabalaliswa kwale ncwajana. Lencwajana imele ukuqhakambisa ukubaluleka kwezilimu zendabuko nokuthuthukisa umfundo yabantwana,” usho kanje.

Ekugubheni usuku Lentsha ithimba le Story Powered School ngaphansi kwempheme iNal’ ibali bahambele eMargate Taxi Rank kanye neyase Port Shepstone beqhuba umsebenzi owashiywa intsha ka 1976.

“Usuku lwe-16 kuNhlangulana lusikhumbuza ngebuqhawe, isibindi kanye nokuzinikela okwavezwa ngabantu abasha balelizwe lethu eklweni nohulumeni wobandlululo, thina njengenhlangano siyaziqhenya ekubambeni iqhazi ekuthuthukisweni kwezwe lethu komele futhi siyizwe siigubhe minyaka yonke lolusuku lwezibhelu sibahloniphe labo abazinikela bathwala lomthwalo omngaka emahlombe abo,” uphethe kanje.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.