Kugujwe owezintombi eMzinto

2017-08-31 06:00
PHOTO: thami ka-nkosiLapha ingesikhathi kungena izintombi zizobona umama wesizwe.

PHOTO: thami ka-nkosiLapha ingesikhathi kungena izintombi zizobona umama wesizwe.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

BEKUKUHLE kudelile ngesikhathi izintombi ezingaphansi kwamasipala waseMdoni zivunule ziconsa zizokhombisa ubuhle bazo ngoMgqibelo owedlule endaweni yaseMzinto. Ubungafunga ukuthi bese kuyiwona kanye umkhosi womhlanga kanti izintombi bezizobona uNdlunkulu wesilo saMabandla uZola Zelusiwe KaMafu.

Ngesikhathi ekhuluma nezintombi ukubeke kwacaca ukuthi uyaziqhenya kakhulu ngezintombi zesifunda soGu njengalokhu zike zihlale njalo zikhombisa ukuziphatha okuhle kanye nokuhlonipha iSilo.

Uthe uma izintombi sezisesigodlweni enyokeni kubalulekile ukuthi ziziphathe kahle ziphinde zihloniphe imithetho yakhona.

Nakuba kwacishe kwashona ilanga izintombi zingangenile ukuyolanda undlunkulu kodwa ubuhle beSintu kwavele kwakhanya bha ngesikhathi sezihaya izinkondlo zishaya nezingoma ZaKwazulu.

UMama wezintombi uZoleka Nongwana uthe baziqapha ngeso lokhozi izintombi eMhlangeni ngoba uyazi ukuthi uNgangezwelakhe uthembele kuzona

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.