Kugwetshwe ababili ngecala lokubulala

2016-12-08 06:01

KUBOSHWE abasolwa ababili abatholakale benecala lokubulala owesifazane oneminyaka engama-56 wasendaweni yaseMsikaba eBetania ngonyaka we-2015.

Lona wesifazane wayegada umntwana wentombazane eyisihlobo sakhe okuyilapho adutshulwa khona. Emva kophenyo kwatholakala ukuthi uJoyce Sibongile Jali nalentombazanabeyigada bebenokungazwani belwa njalo. Kube namahebezi okuthi lentombaza yabe isifuna owesilisa ozobulala uJali.

Okhulumela amaphoyisa uZandra Wiid uthe umsolwa wokuqala kulelicala uZwelakhe Zeblon Njakazi (52) okuyena okusolwa ukuthi wathengwa yilentombazane esebenzisana nomsolwa wesibili uSandile Ngwane (39).

“Mhla ziyisishiyagalolunye kuNdasa (March) ngo2015 kusolakala ukuthi bangena emzini kamufi lapho bamdubula egumbini lokulala,” kusho uWiid. Uqhubeke wathi, emva kwezinsukuwana uNjakazi waboshwa endaweni yaseMehlomnyama. “UNjakazi watholakala nesibhamu nezihlamvu. Ngalo futhi lolosuku uNgwane naye wabanjwa emzini thizeni eOslo Beach ngamaphoyisa ase-Port Shepstone. Bobabili abasolwa baboshwa bavela enkantolo, inkatolo yabanqabela ibheyili.

Mhla ziyi-14 enyangeni edlule liqhubekile icala eRamsgate High Court. UWiid uthe lentomabazane yona iphenduke ufakazi wenkantolo, mhla lulunye kulenyanga.

Bobabili abasolwa balahlwa yilamacala: elokuqala elokungena emzini ngenhloso yokubulala bazodonsa iminyaka eyisihlanu, elesibili elokubulala - udilika jele, elesithathu ukutholakala nesibhamu esaingekho semthetweni (kumsolwa wokuqala)- iminyaka eyi-15, kanti elokutholakala nezinhlamvu iminyaka emithathu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Men.24 Model of the Week: Wendy from Cape Town

Find out more about our featured model, Wendy from Cape Town

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.