Kuhle okwenziwe uSifiso Ncwane

2016-04-28 06:00
Umculi wokholo uSifiso Ncwane obezogubha usuku lwakhe lokuzalwa eMzumbe ehambisana nowakwakhe uNkk. Ayanda Ncwane.ncwane

Umculi wokholo uSifiso Ncwane obezogubha usuku lwakhe lokuzalwa eMzumbe ehambisana nowakwakhe uNkk. Ayanda Ncwane.ncwane

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UKWAKHIWA kwesizwe kungumsebenzi wethu sonke thina zakhamuzi zaseNingizimu Afrika. Sesibone kaningi izinhlangano ezizimele zifaka isandla ekuthuthukiseni imiphakathi ethile. Loko zikwenza ngoba kukhona ezikuhlomulayo kuleyo ndawo. Kokunye zikwenza ngoba zinesibophezelo ngokwemigomo yayo.

Kusijabulisile singuMasipala ukubona uMnu. Sifiso Ncwane insizwa ekhulele kulendawo ibuya izogubha usuku lwayo lokuzalwa endaweni lapho ikhulele khona. Ilugubhe ngendlela ehlukile ngoba ayicelanga zipho kithina kodwa iyona enikelile izipho. Ezintweni ezenzile ukuvusa amakilasi esikoleni eSbonguJeza Primary School, ithengele izingane imifaniswano, ithengele ogogo izingubo ezifudumalayo, umncintiswano webhola lezinyawo lapho kuhlomulwe ijezi lebhola likanokusho, izinkomishi, imali kanye negusha.

Isikole lesi asivuselele isikole ebesinekilasi elinophahla oluwayo. Ube esethenga lonke uphahla waqasha inkontileka ezokwakha kabusha lesisakhiwo. Loko kukhombise ukubaluleka kwemfundo empilweni yakhe njengoba ethe akatshale imali esikoleni. Ube esethengela nezingane umfaniswano. Umfaniswano ugqugquzela kakhulu izingane ukuthi zizibone zilingana esikoleni. Nalowo obeswele akabe esavela obala. Ogogo nabo bajabulele obhlankethi bakanokusho.

Nathi singumasipala sibe sesilekelela lapho besibona kunesidingo khona. Sibe sesethula nesipho esivela kuMasipala waseMzumbe ngokumela kahle indawo yangakithi ezindaweni ezikude azihambayo. Uma kusekhona abantu abafana noSfiso Ncwane kusho ukuthi kusekude lapho siya khona siyisizwe ngoba ngeke silakhe sodwa izwe. Kubantu abanikelile baphathise uNcwane umshini wesikhahlamezi (fax) kanye ne-photocopy loko okuzokwenza ukuthi umsebenzi wesikole wenzeke kalula. Uma ebona izinto zikanokusho ezitholwa isikole umnikazi wenkampani yama Security iThunzi unikele ngokufakwa kwe alarm mahhala esikoleni ukuzogada zonke lezinto ezifakiwe.

Yikho sithi uma abahlali baseMzumbe uma benomoya onje, kukude lapho siya khona. Basibonisile ukuthi uma sithi “ngokubambisana Sakha ikusasa elingcobo”sisho ukuthini. Singumasipala waseMzumbe asimufisele usuku oluhle lokuzalwa sibafisele impilo enhle ende yena noMama wakwakhe uMaGumede uAyanda.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham

Here are just ten of our favourite plus-sized models:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.